❤Uthando Yithuna Lemizwa❤ Read Count : 101

Category : Poems

Sub Category : N/A
u thando ngyal'fanisa nomfula omkhulu imfolozi emnyama ekhetha abaweli lufika nenjabulo kanye nezinyembezi ezasuka kunandi zaphalalela kuba fokazana no glama uthando igama elaqanjwa ngaphansi kwesihloko sendoda eyabumba isiqu somuntu sase thatshathwa ngomoya wobubha wase uvaleliswa ngomoya wothando olwavuma imizwa ililawule kude buduze nenhliziyo eyopha ngenkathy kududuzwana ngothando okweklwa lilolwa ngomlalazi mizwa udlalile ngenhliziyo wayithembisa uthando okwe guqa lithatha ubunkunzi nalapho bekudlal khon uthando kugcwele amahlulu lapho imizwa ithwesa khona inhliziyo iscoco ngokudla umhlanganiso ngezinduku zomsibhithy uthando lungvusele usika sengvala uthando yiskhumbuzo kwa balimele namhlanje uthando yithuna lemizwa sengphil unyaka wokugcina othandweni bese ngyanivalelisa👏👐


by:syabonga dlamini

Comments

  • Feb 24, 2022

  • Well done 👏🏾👏🏾👏🏾

    Feb 26, 2022

Log Out?

Are you sure you want to log out?